Mnakwethu
Zasembo: Zolani sila sobabili manje usihlalise izinsuku ezinhlanu sobabili la endlini yakho Wake wezwaphi kuthiwa iyenziwa lento oyenzile? Asikwazi ukuhlala kanje nawe uthuli khuluma kuzowenzekani Zolani: yazi bengihlala ngazi ukuthi noma kungenzekani kuyohlala kukhona uZasembo engiyobuyela kuye He looked at me.Zolani: kodwa manje angiboni ukuthi usakhona uZasembo engizokwazi ukubuyela kuyeSilence.Zolani: Ngiyaxolisa kunina nobabili ngokunizwisa ubuhlunguBendalo: Zolani esifuna ukukwazi thina ukuthi ukhetha bani phakathi kwethu ngoba sikuthanda sobabili kodwa ngeke sikwazi ukuba nawe sobabiliSilence.Zolani: My choice has always been the same, and it will always be the same regardless of the feelings I have had for someone else.…